Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w91 5/1 k. 32
  • Isikhathi Sasekuseni Esinokuthula

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isikhathi Sasekuseni Esinokuthula
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1991
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1991
w91 5/1 k. 32

Isikhathi Sasekuseni Esinokuthula

Yilokho umfundi waseIllinois, eU.S.A, athi umagazini iPhaphama! wawukunikeza: “Ngangimangele ngokujabula ngemva kokufunda ikhophi kamagazini wenu iPhaphama!,” kubhala lowomuntu. “Lomagazini ngiwunikezwe ngowesifazane othile namuhla ekuseni esiteshini engilinda kusa isitimela. Ungenze ngazizwa ngiphumule futhi nginokuthula, futhi ubufundisa kakhulu. Sizani ningazise ukuthi ngingawathola kanjani amakhophi alomagazini njalo.

“Ngiyaphinda ngiyabonga ngokunginikeza isikhathi sasekuseni esinokuthula okungenani esisodwa.”

Sinomuzwa wokuthi nawe uyozuza ezihlokweni ezihlaba umxhwele ezikuyiPhaphama! Uma ungathanda ukuthola lomagazini, vele ugcwalise bese uthumela lesigqebhezana esingezansi

Ngingathanda ukuba umagazini iPhaphama! uthunyelwe ekhaya lami. (Ngaphandle kwaseR.S.A. bhalela igatsha leWatch Tower elisendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa. Bheka ikhasi 2).

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela