Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w89 11/1 k. 32
  • Bamangala Ukungibona Ngibafunda

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Bamangala Ukungibona Ngibafunda
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
w89 11/1 k. 32

Bamangala Ukungibona Ngibafunda

OSEMUSHA wasePhilippines uyabhala: “Ngingumfundi wonyaka wokuqala esikoleni esiphakeme futhi ngingumKatolika oshisekayo. Lapho umngane wami engibonisa omagazini iPhaphama! neNqabayokulinda, ngabamukela. Ngabathola bethakazelisa kakhulu ngisho nakuba babekhishwa oFakazi BakaJehova. Lapho ngibafunda ekilasini lami, engifunda nabo bamangala, njengoba ngingumKatolika. Nganikeza engifunda nabo owodwa, nabo futhi bawuthanda. Umagazini wafinyelela nakuthisha wami wezenkolo, futhi lothisha wabonisa isithakazelo, njengoba wawukhuluma ngezinkinga zokuphila zanamuhla. Niyethemba niyoqhubeka nalokhu kunyathelisa.’

Nawe futhi uyothola labomagazini bewusizo kakhulu ekufundeni izimiso zeBhayibheli. Bangathunyelwa ekhaya lakho ngokugcwalisa futhi uthumele isigqebhezana esingezansi. Bawu-R18 nje kuphela.

Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama! Ngifaka u-R18. (Ngaphandle kwaseR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower lendawo yakini ukuze uthole ukwaziswa.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela