Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w89 8/1 k. 32
  • Bamangala Ukungibona Ngibafunda

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Bamangala Ukungibona Ngibafunda
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
w89 8/1 k. 32

Bamangala Ukungibona Ngibafunda

Osemusha wasePhilippines uyabhala: ‘Ngingumfundi wonyaka wokuqala esikoleni esiphakeme futhi ngingumKatolika oshisekayo. Lapho umngane wami engibonisa omagazini bePhaphama! neNqabayokulinda, ngabamukela. Ngabathola bethakazelisa kakhulu ngisho nakuba bekhishwa oFakazi BakaJehova. Lapho ngibafunda ekilasini, engifunda nabo bamangala njengoba ngingumKatolika. Nganikeza engifunda nabo owodwa, nabo futhi bawuthanda. Umagazini wafinyelela nakuthisha wami wezenkolo, futhi lothisha wabonisa isithakazelo, njengoba wawukhuluma ngezinkinga zokuziphatha zanamuhla. Ngiyethemba niyoqhubeka nalokhu kunyathelisa.”

Nawe futhi uyobathola labomagazini bewusizo kakhulu ekufundeni izimiso zeBhayibheli. Bangathunyelwa ekhaya lakho ngokugcwalisa futhi uthumele isigqebhezana esingezansi. Bawu-R15 nje kuphela.

Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama! Ngifaka u-R15. (Ngaphandle kwaseR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower elisendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela