Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w89 4/1 k. 32
  • Baziswa Udokotela Wezokwelapha

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Baziswa Udokotela Wezokwelapha
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
w89 4/1 k. 32

Baziswa Udokotela Wezokwelapha

Udokotela othile wezokwelapha eFrankfurt, eNtshonalanga Jalimane, owayekhuthazwe ukuba avuselele izikhokhelo zakhe zomagazini INqabayokulinda nePhaphama!, akathumelanga nje kuphela imali yokuzivuselela kodwa wachaza:

“Ngiyamangala njalo ukuthola isipho esifinyelela kude kangaka sezihloko ezinhle ngempela nezithakazelisa kakhulu--eziningi zazo ezingaphathelene nenkolo--ngemali ephansi kangaka. Nakuba ngingenaso isikhathi, ngangivame ukuba njalo kusihlwa ngizigoqe ekamelweni lami lokuphumula ngifunde omagazini benu ngikhanyise ilambu. Ngiyaphinda futhi, nginibonga ngokufudumele ngemizamo yenu.”

Kungani nawe ungajabuleli ukufunda labomagazini? Lamaphephabhuku amabili abalulekile angalethwa ekhaya lakho ngokuba ugcwalise futhi uthumele ikhuphoni elingezansi.

Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka wonke seNqabayokulinda nePhaphama! Ngifaka u-R15.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela