Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w88 9/1 k. 32
  • Akusekho Okunye Ukukhonona Ngomculo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Akusekho Okunye Ukukhonona Ngomculo
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
w88 9/1 k. 32

Akusekho Okunye Ukukhonona Ngomculo

Omakhelwane babevame ukukhonona ngomculo owawudlalwa ngohlelo lwesikhulisa-zwi esikoleni esiphakeme (junior-high) eFukuoka Prefecture, ejapane. Khona-ke othile osemusha waya namakhasethi eKingdom Melodies esikoleni. Ngemva kokuwalalela, uthisha wathi: “Umculo omuhle lona. Ungawadlala amakhasethi ohlelweni lwesikhulisa-zwi lwesikole uma uthanda.” Kusukela lapho abafundi, othisha, ngisho nomakhelwane bebelokhu belalela iKingdom Melodies imizuzu eyi-10 njalo ekuseni nemizuzu engama-25 phakathi namakhefu okudla kwasemini. Futhi akubangabikho okunye ukukhonona ngomculo!

Nawe futhi ungazuza kulamalungiselelo omculo aqabulayo. Ikhasethi ngalinye, iKingdom Melodies No. 1, 2, 3, 4, 5, 6,7 no-8 lingu-R5 kuphela, futhi lidlala isikhathi esicishe sibe ngangehora. Zitholele amakhasethi ahlelwe ngezansi ngokugcwalisa futhi uthumele isigqebhezana esingezansi.

Sizani ningithumelele amakhasethi aphawulwe ngezansi. Ngekhasethi ngalinye engili-odile, ngifake u-R5 ukuze ngihlangabezane nezindleko.

◻ Kingdom Melodies 1 ◻ Kingdom Melodies 2 ◻ Kingdom Melodies 3 ◻ Kingdom Melodies 4

◻ Kingdom Melodies 5 ◻ Kingdom Melodies 6 ◻ Kingdom Melodies 7 ◻ Kingdom Melodies 8

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela