Ingabe Bakuphuthele?
◼ Ingabe Abafileyo Bayaphila?
◼ Ukulwelwa Kokubusa Emhlabeni Wonke—Ubani Oyophumelela?
◼ Ingabe siphila “Esikhathini Sokuphela”?
◼ I-AIDS—Obani Abasengozini? Ungazivikela Kanjani?
◼ Ubuphekula—Ingabe Ukhona Olondekile?
◼ Ukuphuza Bese Ushayela
Okungenhla kumane kuyizihloko ezimbalwa nje ezahlanganiswa kuNqabayokulinda nakumagazini ongumngane wayo iPhaphama! phakathi nonyaka odlule, futhi zibonisa uhlobo lwezindaba ezihlelelwe wena ezinyangeni ezingaphambili.
Ukubonisa ukubaluleka kwePhaphama!, lapho umqondisi wemfundo yabashayeli ethola ikhophi kamagazini othi “Ukuphuza Bese Ushayela,” wa-oda amakhophi angaphezu kwama-400 ayezowasebenzisa esimisweni sabo semfundo yabashayeli.
UNGAPHUTHELWA YIZINYANGA EZIYI-12 EZILANDELAYO
Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama! Ngifaka u-R13,50.