Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w87 9/1 k. 32
  • Ikhomba Ikusasa Eliqhakazile

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ikhomba Ikusasa Eliqhakazile
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1987
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1987
w87 9/1 k. 32

Ikhomba Ikusasa Eliqhakazile

Ubumnyama nembubhiso ngokuvamile kuyizibikezelo zekusasa njengoba izwe libhekana nezikhathi ezinzima njalo. Yeka isigijimi esihlukile encwadini entsha ethi Ukulondeka Komhlaba Wonke Ngaphansi ‘KweNkosi Yokuthula’! Omunye umfundi wabhala, “Lapho ngiyivula, amehlo ami agcwala injabulo enkulu. Imifanekiso ishukumisa ingqondo ngendlela enhle kakhulu, futhi yeka indlela umfanekiso wokugcina ochaza kahle ngayo ukuthula kwendawo yonke.”

Uyaqhubeka: “Inhliziyo yami ichichima injabulo ngalencwadi. Ngangingenakuzibamba ekubeni ngenjabulo ngifundele umyeni wami ngokuzwakalayo izingxenye zayo, futhi manje anginakuyibeka phansi lencwadi encane—enesigijimi esikhulu, kodwa ngiqhubeka ngiphuza kuyo izikhathi eziningi ngangokunokwenzeka phakathi nosuku. Iqabula kakhulu kunomthombo opholile wasentabeni.”

Zitholele eyakho. Ingu-R2 kuphela.

Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile enamakhasi ayi-192, ethi Ukulondeka Komhlaba Wonke Ngaphansi ‘KweNkosi Yokuthula.’ Ngifaka u-R2.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela