Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w87 4/1 k. 32
  • Isikhumbuzo NgoApril 12

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isikhumbuzo NgoApril 12
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1987
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1987
w87 4/1 k. 32

Isikhumbuzo NgoApril 12

“Wayesethabatha isinkwa, wabonga, wasihlephula, wabanika, wathi: Lokhu kungumzimba wami onikelwa nina; yenzani lokhu ukuba ningikhumbule. Kanjalo-ke nesitsha emva kokudla, ethi: Lesisitsha siyisivumelwano esisha egazini lami elithululelwa nina.”—Luka 22:19, 20.

OFakazi BakaJehova bakumema ukuba ube khona ekugujweni kwalomkhosi weSikhumbuzo obaluleke kakhulu. Ngalonyaka usuku ekhalendeni lethu oluhambisana nosuku uJesu afa ngalo lungeSonto, ngoApril 12, ngemva kokushona kwelanga. Ungaba khona ngalobobusuku eHholo LoMbuso eliseduze nekhaya lakho. Buza koFakazi BakaJehova abasendaweni yakini ngesikhathi esiqondile.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela