Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w85 11/1 k. 32
  • Indlela Lomshado Owasindiswa Ngayo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Indlela Lomshado Owasindiswa Ngayo
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1985
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1985
w85 11/1 k. 32

Indlela Lomshado Owasindiswa Ngayo

“Ukusetshenziswa kweseluleko esisencwadini Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise kwasindisa umshado wami,” kubhala umfundi onokwazisa eNingizimu Afrika. “Isahluko sesihlanu, ‘Umfazi Othandwa Kakhulu,’ sangivula amehlo. Angikaze neze ngicabange ngisho nasephusheni ukuthi ngokungaqondi ngiyoke ngibangele izinkinga eziningi kangaka. Nginibonga kakhulu, kakhulu impela. Umshado wami ubusengxenyeni yolwandle enesiphepho esikhulu, futhi manje, ngemva kwezinyanga, usubuyele ethekwini elithulile lenjabulo.”

Uma ufuna usizo ekwenzeni umshado wakho ube ngojabulisayo, ungazuza kulencwadi. Zitholele eyakho ngokugcwalisa nokuthumela lesiqeshana.

Sizani ningithumelele lencwadi enoqwembe oluqinile enamakhasi ayi-192 ethi Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise. Ngifaka u-R1,40.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela