Uhla Lwezindaba Ezikhonjiwe Ze“Nqabayokulinda” 1984
Olubonisa umagazini isihloko esiphuma kuwo
IBHAYIBHELI
Igama LikaNkulunkulu EmiBhalweni YamaKristu 6/15
“Inhliziyo” EZwini LikaNkulunkulu IBhayibheli 9/1
Izincwadi Zokutadisha IBhayibheli: Ingabe Ziphambene NemiBhalo? 8/15
“Izinso” “Nenhliziyo” EmiBhalweni 9/1
KwabaseRoma 3/15
UDuteronomi 9/1
UJoshuwa 9/15
ULevitikusi 4/1
UNumeri 6/1
Yakha Futhi Usebenzise Ukholo Lwakho NgabAhluleli 11/1
UKUPHILA KOBUKRISTU NEZIMFANELO
Asikho Isiphonso Esingakulimaza 1/1
Bafuna Ukusiza 1/15
Basha, ‘Niyovuna Enikuhlwanyelayo’ 11/15
Imithwalo Yemfanelo Noma izinjabulo—Yikuphi Okubeka Kuqala? 3/15
Kwenzekeni Ekulindeni KobuKristu? 12/1
Kwenzekeni Ekuphileni Komkhaya? 10/1
Kwenzekeni Ekwethembekeni? 7/1
Qaphela Ukugabadela! 7/1
Ukwala ‘Ukuphila Ngenkemba’—Kuyisivikelo 8/15
Ungaba Nalo Ikusasa Elijabulisayo 9/15
IZWI LIKANKULUNKULU LIPHILILE
(Izindaba ezisekelwe eBhayibhelini ezivela komagazini abaningi)
UKUQONDISISA IZINDABA
(Lesihloko sivela komagazini abambalwa)
OFAKAZI BAKAJEHOVA
Abantu Abazinikezele BaseSpain Benza “Okungenakwenzeka” 8/15
Baye ‘Bazinikela Ngenjabulo’ 12/1
Incwadi Etusekayo 5/1
Izikhonzi Ezithembekile Zihlanganyela Ilungelo Elivelele! 7/15
‘Omncane Uye Waba Yinkulungwane’ EItaly 5/1
Ukufakaza Kwasesiqhingini 8/1
Ukukhangwa Ubuqotho BoFakazi BakaJehova 10/1
Ukunikezela Okwaqopha Umlando 1/15
Ukuphila Kwakho, Ubuqotho Bakho Nekhadi 12/1
Ukuthola Ukulondeka Koqobo ENyakatho Ireland 1/1
Umhlangano Wethu “Wobunye BoMbuso”—Isizathu ‘Sokuba Ongcono Kakhulu!’ 7/1
UJESU KRISTU
Ingabe Uyalihlonipha Igama LikaKristu? 4/15
UJesu Usindisa Izwe—Kanjani? 2/1
IZINDABA ZOKUPHILA
Abamemezeli BoMbuso Bayabika 10/1
Angisayikuyifunda Impi 6/15
Impumputhe Ibonisa Indlela 3/15
Ukubonga Ngokuphila Okujabulisayo Kwenkonzo 3/1
Ukulungela Njalo Ukuphela 8/1
Ukujabulela Ukukhonza Njengoba UJehova Efuna 6/1
Ukuphila Ngokwesaba Isihlalo Sabakhubazekile 5/1
Ukuqhubekela Phambili Nenhlangano KaNkulunkulu 2/15
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
Abakhulekeli Abanobunye BakaNkulunkulu Oyedwa Weqiniso 7/15
Abavezi Bezithelo Abanobunye 2/1
Balindi, Phakamisani Izwi Lenu! 5/15
Bayajabula Labo Abayotholakala Belindile! 12/1
“Benifanele Ukuba Nibe-Ngabafundisi” 11/1
Bheka Izibusiso Zobunye BoMbuso! 12/15
“Feza Ngokugcwele Inkonzo Yakho” 12/15
“Funani Ukuthula Nikujonge’ 1/1
Igama Elikhulu Kunawo Wonke 6/15
Imishado YobuKristu Eletha Injabulo 10/15
Ingabe Uyalazisa Ifa Lakho? 11/15
Isibaya Samuva ‘Sezinye Izimvu’ 8/1
“Isikhathi Esisele Sesinciphile” 11/15
Isizathu Sokuba Singabi Ingxenye Yalelizwe 10/1
‘lsizwe SikaNkulunkulu Esinamandla’ Nobunye Siyogcwalisa Umhlaba 9/15
Isizotha SobuKristu—Isibonakaliso Sokuhlakanipha 7/1
“Izinso” “Nenhliziyo” EmiBhalweni 9/1
Izigidi Eziphila Manje Azisoze Zafa Emhlabeni Wethu 4/1
Izigidi Zilungela Ukuphila Okunganqamukiyo Emhlabeni 4/1
IZwi LikaJehova Liqinisekile! 10/1
‘Khetha Amadoda Anamandla, Amesabayo UNkulunkulu’ 2/15
Khuluma IZwi LikaNkulunkulu Ngokungesabi Enkathini Yenyukliye 5/1
‘Khumbulani Abaholayo Phakathi Kwenu’ 2/15
Lindani! 12/1
Londoloza Ukholo Oluqinile 12/15
Melanani Namacebo KaSathane! 10/15
Melana Nezifiso Zezwe! 4/15
‘Ngubani Oye Wazi Umqondo KaJehova Na?’ 9/1
Nivame Ethembeni! 6/1
Qaphela IZwi LikaNkulunkulu Lesiprofetho Losuku Lwethu 10/1
Qaphelisisani Isiprofetho 6/1
Qaphelani Isitha Senu, UDeveli! 10/15
Qondisa Abasha Enhlanganweni KaNkulunkulu 11/1
Qhubekani Nimemeza Kanyekanye Ngenjabulo 5/15
Singalugcina Kanjani ‘Uthando Lwethu Lwakuqala?’ 3/15
Ubunye BoMbuso Bungokoqobo Namuhla 8/15
Singabutholaphi Ubunye Kulelizwe Elihlukaniswe Izingxabano? 9/1
Thandazelanani 11/1
Thola Injabulo Elinganiselwe Emadilini Omshado 10/15
‘Ubunye BukaMoya’ Emhlanjini Okhula Ngokushesha 7/15
Ubunye Ekukhulekeleni Ngaphansi KweNkosi Yethu EnguMalusi 8/15
‘UIsrayeli KaNkulunkulu’ Nokuphela Kwezikhathi ZabeZizwe 1/15
UIsrayeli ‘Nezikhathi Zabezizwe’ 1/15
“UIsrayeli Wonke” Usindiselwa Ukubusisa Sonke Isintu 9/15
“UIsrayeli Wonke Uyakusindiswa” 9/15
Ukubheka Ngalé Kosuku Lomshado 11/1
Ukucoceka Nokushisekela Imisebenzi Emihle 11/15
Ukuhamba NoNkulunkulu Ezweni Elinobudlova 1/1
Ukuhambisana ‘Nomqondo KaJehova’ Njengoba Wembuliwe Manje 9/1
Ukuhlakulela Isizotha SobuKristu 7/1
“Ukujonga Emgomweni” 12/15
Ukulwa Kwethu Nokuyekelela 2/1
Ukumemezela Izindaba Ezinhle Zokuthile Okungcono 5/15
‘Ukungenisa Ngasese Izimfundiso Ezibhubhisayo’ 3/1
Ukuqiniswa Ngamandla Angaphezu Kwavamile 12/1
Ukusakaza IZwi LikaNkulunkulu Kabanzi Ezweni Elinokwesaba 5/1
UMalusi Omuhle ‘Nalesisibaya’ Sakhe 8/1
Umnqumo Othelayo 2/1
‘Ungalisebenzisi Lelizwe Kakhulu’ 4/15
UNkulunkulu INdodana Noma “INdodana KaNkulunkulu”? 6/15
“Uthando Lwakho Lwakuqala” 3/15
Xwaya Umculo Owonakalisayo! 4/15
“Yinye INkosi, Yinye Inkolo, Munye Umbhapathizo 3/1
Zenze Utholakale! 11/15
Zigcine ‘Ungenacala Lokwezwe’ 10/1
INGXUBEVANGE
Abesifazane Ababili Abanenkinga 4/15
Bafuna Ukusiza 1/15
IArmagedoni Isandulela SePharadesi! 3/15
Ikusasa Lakho—Sithini Isiprofetho SeBhayibheli? 5/15
Imfundiso KaZiqu-zintathu 7/15
Imfundo Enhle Kakhulu 1/1
Iminyaka Yethu Yokuphelelwa Yithemba 11/15
Ingabe Unovalo Ngalokho Okucatshangwa Abanye? 5/1
Ingabe Ukuziphatha Okubi Kungukukhulekela Kwamanga? 8/15
Ingabe Uyakwazisa Lokho UNkulunkulu Aye Wakwenzele Khona? 2/15
Ingabe ‘Uthuma Isinkwa Sakho Ebusweni Bamanzi’? 1/1
Ingabe Uyazindla Noma Umane Uphuphe? 7/15
Ingabe Uyakhumbula? 5/1
Isithelo Esihle Sokwethembeka 7/1
Ithemba Ngabadumele 1/15
Izihloko Ezazikhuluma Ngemidlalo Ye-TV—Abafundi Bayasabela 8/1
Kungani Kumelwe Ubonge UMdali? 2/15
Kungani Kunezinkolo Eziningi Kangaka? 3/1
Kungani Kunokuzibulala Okuningi Kangaka? 1/15
Kunjani Ukuphila EPharadesi? 6/1
Lapho Umngane Womshado Engathembeki 5/1
Lesositho Esimangalisayo—Inhliziyo Yethu! 9/1
Ubaluleke Kangakanani Umkhuleko Kuwe? 12/1
Ubani Ngempela Ongumakhelwane Wakho? 7/15
Ubani Ongasindisa Izwe? 2/1
UJesu Uthembisa Ukuphindukuzalwa 6/1
Ukufela Imfundiso 7/15
Ukuphila Emhlabeni—Ingabe Kuyitshe Lokuwelela Ezulwini? 8/1
Ukwesaba—Kuyisibonakaliso Sokuphela? 1/1
Ukuvuselelwa Kwenkolo Noma Isimo Esibucayi Esingokomoya? 10/15
Ulilungiselela Kanjani Ikusasa? 9/15
Umbiza Ngaliphi Igama UNkulunkulu? 6/15
UMbuso KaNkulunkulu—lkhambi Eliqinisekile 11/15
UMbuso Usho Okungakanani Kuwe? 9/15
Umzwilili Nemfundiso Yesihogo Somlilo 2/15
Ungalijabulela IPharadesi—Kuphi? Nini? 4/1
Unya Lomuntu Kumuntu 8/15
Ubudlova—Buyingozi Esondela Kuwe 11/1
UKhisimusi—Abaningi Babona Injabulo, Hhayi Ingozi 12/15
UKhisimusi—Kungani Uyingozi? 12/15
Izikhathi Zethu Ezinzima—Kungani Zinobudlova? 11/1
Izikhathi Zethu Ezinzima Ingabe Umkhaya Ungasinda? 10/1
Izikhathi Zethu Ezinzima Inkolo Ingahlangabezana Yini Nalesisimo Esibucayi? 10/15
Unya—Ingabe Luyoke Luphele? 8/15
“Uphelisa Ukulwa” 6/15
Usizo Kwabayizisulu Zokuhlaselwa Izihlobo Ngokobulili 4/1
Wadalelwa Ukuba Uphile EPharadesi 4/15
IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI
Emfanekisweni wezintombi eziyi-10 (Mathewu 25:1-13), ubani owathi: “Nangu umyeni”? 4/1
Ingabe eyamaHeberu 8:13 ibhekisela ekupheleni kwesimiso sobuJuda okwakusondela ngo-70 C.E.? 2/15
Ingabe oFakazi BakaJehova babheka ukuluthwa utshwala njengesifo? 11/1
Ingabe ngokwamaHeberu 11:32 uSamuweli wayengumprofethi? 4/15
Ingabe isiprofetho sikaIsaya sigcwaliseka ePharadesi elingokomoya noma siyogcwaliseka ePharadesi elingokoqobo lasemhlabeni? 5/1
Ingabe isithembiso sikaJesu esikuJohane 11:25, 26, sisebenza kuphela kwabagcotshiwe? 4/1
Ingabe UFaro wafa oLwandle oluBomvu? 3/15
Ingabe uJesu “uNkulunkulu” okubhekiselwe kuye kumaHeberu 1:8? 8/15
Ingabe “ukhula” luhlanganisa labo abaye baba izihlubuki muva nje? 8/15
lngabe umKristu angabelethisa nakuba engahlangabezani nezimfuneko zombuso? 2/1
Ingabe umuntu kumelwe akhulume “ngezahluko” maqondana nezingxenye zencwadi yeBhayibheli yamaHubo? 2/1
Ingabe kungaba okungalungile ngomunye woFakazi BakaJehova ukufuna ukuvikelwa iziphathimandla ezihlomile? 1/1
Ingabe sikhona isizathu esingokomBhalo sokuba oFakazi bakaJehova bangakwamukeli okungase kufakwe esikhundleni segazi noma “igazi lokuzenzela”? 7/1
Kungani uStefanu, kuzEnzo 7:14 athi kwakunabantu abangama-75 kuyilapho uGenesise 46:26 ethi babengama-66 uGenesise 46:27 ukhuluma ngabangama-70? 4/1
Kungayiphi ingqondo uJesu anikwa “igama eliphezu kwamagama onke”? 1/15
Lokho uJesu akusho kuJohane 10 ngezibaya ezimbili kuhlobana kanjani nesivumelwano sobuAbrahama? 8/1
Uma umuntu esengomunye woFakazi BakaJehova, ingabe ngaso sonke isikhathi uhlala enguye? 9/1
UMose wayengabhala kanjani ukuthi “uMose wayemnene kunabo bonke abantu”? 9/1
Yini okumelwe isetshenziselwe izifanekiselo emkhosini weSidlo SeNkosi Sakusihlwa, futhi lezifanekiselo kumelwe ziphathwe kanjani? 3/1