Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w85 6/15 k. 32
  • Ingabe Lencwadi Yokufundisa Ingakusiza Nawe Futhi?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe Lencwadi Yokufundisa Ingakusiza Nawe Futhi?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1985
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1985
w85 6/15 k. 32

Ingabe Lencwadi Yokufundisa Ingakusiza Nawe Futhi?

Lapho lisehhovisini likadokotela, ilungu loMnyango Wezemfundo lathatha futhi lafunda incwadi Ubusha Bakho—Ukuthola Okungcono Kakhulu Kubo. Lapho enikezwa eyakhe siqu, wabhala ngokwazisa:

“Ngizokusebenzisa kakhulu ukuhlakanipha kwayo. Ngizozama futhi ukuthi ingxenye yakho ngiyinikeze labo abasebancane abakhathazekile engibabona nsuku zonke esikoleni sethu. . .  Sengathi Nkulunkulu wami ngabe ngayithola ngisemncane nokuhlakanipha kokuyilalela nokuyilandela. Ngizoyigcina iseduze ukuze mhlawumbe abazukulu bami kungenzeka nabo bazuze kuyo.”

Ungayithola manje lencwadi enhle yokufundisa ngokugcwalisa nangokuthumela ikhuphoni elingezansi.

Ngicela ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile enamakhasi angama-192 Ubusha Bakho—Ukuthola Okungcono Kakhulu Kubo. Ngifaka u-R1,40.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela