Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w84 8/15 k. 32
  • Zithathwa Njengezincwadi Zesikole

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Zithathwa Njengezincwadi Zesikole
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
w84 8/15 k. 32

Zithathwa Njengezincwadi Zesikole

Izwe elincane elisezintabeni laseLesotho liyizwe elincane eliphakathi kweNingizimu Afrika. Othisha-nhloko besikole endaweni yaseMaseru, inhloko-dolobha, kwaxoxwa nabo futhi ngamunye wanikezwa isethi yezincwadi Ubusha Bakho—Ukuthola Okungcono Kakhulu Kubo, Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise nethi INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli. Ngenxa yalokho, esinye isikole sathatha izincwadi Ubusha ezingama-50 futhi kwesinye incwadi Izindaba ZeBhayibheli yathathwa njengencwadi esemthethweni yokufundwa esikoleni. Amakilasi ayisikhombisa, anabantwana abangama-260 aqala ukusebenzisa lencwadi.

Sikholelwa ukuthi nawe nomkhaya wakho uyozuza eselulekweni esakhayo esikulezizincwadi. Ngayinye inoqwembe oluqinile, incwadi Ubusha nencwadi Ukuphila Komkhaya zinamakhasi angama-192. INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli inamakhasi angama-256, inobungako bamakhasi alinganayo nalomagazini, futhi inemifanekiso emikhulu engaphezu kwe-125, eminingi yayo ngemibala emihle. Zitholele zonke lezizincwadi ezintathu ngo-R4,80 kuphela.

Sizani ningithumelele INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli, Ubusha Bakho—Ukuthola Okungcono Kakhulu Kubo nethi Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise. Ngifaka u-R4,80.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela