Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w83 12/1 k. 31
  • Amatekisi Ezinsuku ZikaDecember, 1983

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amatekisi Ezinsuku ZikaDecember, 1983
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
w83 12/1 k. 31

Amatekisi Ezinsuku ZikaDecember, 1983

16 Kepha-ke uma umuntu engabondli abakubo, . . . ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.—1 Thim. 5:8. wZU 5/15/82 13, 14

17 Sibhekile kuJesu, umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu.—Heb. 12:2. wZU 4/1/83 16, 17a

18 Kodwa ngiyawutuba umzimba wami, ngiwenza isigqila, ukuba mina engishumayeza abanye ngingaliwa mina uqobo.—1 Kor. 9:27. wZU 1/15/83 8, 9a

19 Thina siyathanda, ngokuba yena wasithanda kuqala.—1 Joh. 4:19. wZU 5/1/83 5, 6b

20 Themba kuJehova, wenze okulungileyo; . . . zithokozise ngoJehova, yikhona ezakukunika okufiswa yinhliziyo yakho.—IHu. 37:3, 4. wZU 12/1/82 18-21a

21 Kepha kwabangcolileyo nabangakholwayo akukho-lutho oluhlanzekileyo, kodwa kungcolé ingqondo yabo nonembeza wabo.—Thithu 1:15. wZU 1/1/83 1-3a

22 Kepha wena, qonda ezintweni zonke, ubekezele ekuhluphekeni, wenze umsebenzi womvangeli, ufeze ukukhonza kwakho.—2 Thim. 4:5. wZU 6/1/83 12-14

23 Kathathu ngalinyalelwa umkhumbi, ngaba-semanzini olwandle ubusuku bunye nemini.—2 Kor. 11:25. wZU 6/15/83 5, 14, 15

24 Lelivangeli lombuso liyakushunyayelwa ezweni lonke, kube-ngubufakazi ezizweni zonke, andukuba kufike ukuphela.—Math. 24:14. wZU 5/15/82 15, 18a

25 Yebo, lomyalo sinawo, uvela kuNkulunkulu, wokuthi othanda uNkulunkulu makathande nomzalwane wakhe.—1 Joh. 4:21. wZU 5/1/83 15, 16b

26 Ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhukuphila nalokho okuzayo.—1 Thim. 5:8. wZU 4/15/83 16-18a

27 Lowo oweqisayo engemi ekufundiseni kukaKristu akanaye uNkulunkulu; ohlezi ekufundiseni lowo unaye uYise neNdodana.—2 Johane 9. wZU 11/15/82 10, 11

28 Kepha nxa kuqala ukuvela lokho, lulamani, niphakamise amakhanda enu, ngokuba kusondele ukukhululwa kwenu.—Luka 21:28. wZU 4/1/83 13, 14a

29 Nasezingozini kubazalwane bamanga.—2 Kor. 11:25, 26. wZU 6/15/83 13, 14a

30 Munye umzimba, munye uMoya, . . . yinye iNkosi, yinye inkolo, munye umbhapathizo.—Efe. 4:4, 5. wZU 5/1/83 7a

31 Kanjalo-ke nokukholwa, uma kungenayo imisebenzi, kufile ngokwakho.—Jak. 2:17. wZU 6/1/83 19, 20

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela