Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w84 5/1 k. 32
  • Zivuselela Umoya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Zivuselela Umoya
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
w84 5/1 k. 32

Zivuselela Umoya

Izingoma ezithile zingakwenza ngempela lokho. Ngokwesibonelo, abantu abaningi bathi iziNgoma zoMbuso ziyakwenza. Lezi ziqoshwe kumakhasethi. Omunye owesifazane wabhala:

“Ngempela ukuzilalela kuyavuselela lapho ngenza umsebenzi wasendlini—ubani obengacabanga ukuthi bengingajabula lapho ngiqoqa izingubo ezingcolile? Ngihlela ukuzikhalisa lezingoma uma umoya wami uphansi. Izingoma zinethonya elishukumisayo! Ngijabule kakhulu ngobumnandi obahlukene bomculo. Ezinye zilula futhi zinomdlandla, ezinye zinamandla futhi ziyaphasa. Kodwa eziningi zazo, ngayinye ingoma ivusa injabulo.”

Nawe ngokufanayo ungawajabulela lamalungiselelo avuselelayo. Ikhasethi leziNgoma zoMbuso, libiza kuphela u-R2,50 futhi lidlala isikhathi esingangehora. Zitholele ikhasethi elibhalwe ngezansi ngokugcwalisa futhi uthumele isiqebhezana esingezansi.

Ngicela ningithumele, ikhasethi leziNgoma zoMbuso ngesiZulu. Ngifaka u-R2,50 wezindleko.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela