Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w83 11/15 k. 32
  • Amatekisi Ezinsuku ZikaDecember, 1983

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amatekisi Ezinsuku ZikaDecember, 1983
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
w83 11/15 k. 32

Amatekisi Ezinsuku ZikaDecember, 1983

1 Kepha balekela izinkanuko zobusha, ujonge ukulunga, nokukholwa, nothando, nokuthula kanye nabakhuleka eNkosini ngenhliziyo ehlambulukileyo.—2 Thim. 2:22. wZU 8/1/82 18-20a

2 Bazalwane bami, nxa nehlelwa izilingo ngezilingo, anothi kungukuthokoza kodwa, nazi ukuthi ukuvivinywa kokukholwa kwenu kuveza ukukhuthazela.—Jak. 1:2, 3. wZU 10/1/82 13, 16; 1, 2a

3 Abayekanga ukufundisa nokushumayela ivangeli ngoJesu imihla yonke ethempelini nasemakhaya.—IzE. 5:42. wZU 5/15/82 1, 2a

4 Kepha kinina enilesaba igama lami kuyakuphuma ilanga lokulunga, linokuphila emaphikweni alo.—Mal. 4:2. wZU 11/1/82 10-12b

5 Isikhathi kambe sizakungishiya, uma ngibalisa ngoGideyoni, noBaraki, noSamsoni, noJefta, noDavide, noSamuweli nabaprofethi.—Heb. 11:32. wZU 8/15/82 13, 14a

6 Kube-mhlambi munye nomalusi munye.—Joh. 10:16. wZU 5/1/83 5a

7 Ngiyakufaka umthetho wami ezibilinini zabo, ngiwulobe ezinhliziyweni zabo.—Jer. 31:33. wZU 1/1/83 15, 16

8 Ngiqinisile ngithi kini: Lesisizukulwane asiyikudlula kungakenzeki konke lokhu.—Math. 24:34. wZU 10/15/82 10, 11a

9 Kepha abangabakaKristu Jesu babethele inyama kanye nokuhuheka, nenkanuko.—Gal. 5:24. wZU 12/1/82 17, 18a

10 Kungabi-ngempi, kungabi-ngamandla, kepha kube-ngomoya wami kuphela.—Zak. 4:6. wZU 11/15/82 5, 8a

11 Anginayo intokozo enkulu kunaleyo yokuba ngizwe ukuthi abantwana bami bahamba eqinisweni.—3 Johane 4. wZU 4/15/83 23, 24a

12 Yembathani ububele benhliziyo, nesisa, nokuzithoba, nobumnene, nokubhekakade.—Kol. 3:12. wZU 5/1/83 3-5b

13 Ngiyathanda ukunikhumbuza, . . . ukuthi iNkosi, isisindisile isizwe isikhipha ezweni laseGibithe.—Juda 5. wZU 2/1/83 1-4a

14 Esiphambekweni somuntu omubi kukhona ugibe, kepha olungileyo uyenanela, athokoze.—IzAga 29:6. wZU 3/15/83 8-10a

15 Nani-boyise, . . . nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.—Efe. 6:4. wZU 8/1/82 9, 10

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela