Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w83 10/15 k. 31
  • Amatekisi Ezinsuku ZikaNovember, 1983

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amatekisi Ezinsuku ZikaNovember, 1983
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
w83 10/15 k. 31

Amatekisi Ezinsuku ZikaNovember, 1983

1 Kodwa ngahawukelwa ngokuba ngangikwenza ngokungazi, ngokungakholwa.—1 Thim. 1:13. wZU 1/1/83 4-6a

2 Ukudla kwami kungukwenza intando yongithumileyo, ngifeze umsebenzi wakhe.—Joh. 4:34. wZU 1/15/83 9-11

3 Kepha laba bayahlambalaza konke abangakwaziyo, nalokho abakwaziyo ngemvelo njengezidalwa ezingenangqondo babhubha ngakho.—Juda 10. wZU 2/1/83 18, 19a

4 Beseyihlanjululwa indlu engcwele.—Dan. 8:14. wZU 3/1/83 19, 20

5 Wayesebahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iHarmagedoni.—IsAm. 16:16. wZU 4/1/83 2-4a

6 Lelivangeli lombuso liyakushunyayelwa ezweni lonke, kube-ngubufakazi ezizweni zonke, andukuba kufike ukuphela.—Math. 24:14. wZU 6/1/83 17, 18

7 UNkulunkulu uluthando, nohlala othandweni uhlala kuNkulunkulu, noNkulunkulu uhlala kuye.—1 Joh. 4:16. wZU 5/1/83 13-15a

8 Ngokuba izindebe zowesifazane ondindayo ziconsa izinyosi; umlomo wakhe ubushelezi kunamafutha.—IzAga 5:3. wZU 4/15/83 13-16

9 Nasezingozini kwabezizwe, nasezingozini emzini.—2 Kor. 11:25, 26. wZU 6/15/83 9, 10, 12a

10 Nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo.—1 Pet. 2:9. wZU 4/15/82 3-5

11 Zonke izinsuku zobuNaziri bakhe akayikudla-lutho olwenziwe ngewayini lezithelo zomvini.—Num. 6:4. wZU 8/15/82 13, 14

12 Amafutha nempepho kuyathokozisa inhliziyo; bunjalo ubumnandi bomuntu ngokululeka ngenhliziyo.—IzAga 27:9. wZU 3/15/83 17, 18a

13 Kepha okukhulu kulokhu luthando.—1 Kor. 13:13. wZU 5/1/83 12a

14 Ngowakho umbuso, Jehova; wena uphakeme, uyinhloko phezu kwakho konke. Ingcebo nenkazimulo kuvela kuwe.—1 IziKr. 29:11, 12. wZU 9/1/82 1, 2

15 Sitshele ukuthi lokhu kuyakuba-nini, nesibonakaliso siyakuba-yini, lapho sekuyakufezeka konke lokhu, na?—Marku 13:4. wZU 11/1/82 4-6

16 Ngingenza kanjani lobobubi obungaka, ngone kuNkulunkulu, na?—Gen. 39:9. wZU 1/1/83 6; 6, 7a

17 Ngiyazi ukuthi izahlulelo zakho zilungile nokuthi wangilaya ngokuthembeka.—IHu. 119:75. wZU 9/15/82 8a

18 UJonathani waphinda wamfungisa ukumthanda kwakhe, ngokuba wamthanda njengokuba ethanda umphefumulo wakhe.—1 Sam. 20:17. wZU 5/1/83 8, 9a

19 Thina ngokwethu sizincome ngani . . . ngenxa yokukhuthazela kwenu nokukholwa ekuzingelweni kwenu konke nasezinhluphekweni enibekezela kuzo.—2 Thes. 1:4. wZU 10/1/82 11, 12a

20 Nxa iNdodana yomuntu iza ngenkazimulo yayo . . . khona izakuhlala esihlalweni sayo senkazimulo.—Math. 25:31. wZU 10/15/82 10, 12a

21 Indodana ehlakaniphileyo ithokozisa uyise.—IzAga 10:1. wZU 3/15/83 5-7a

22 Niqaphele ababanga ukwahlukana nokukhubekisa, bephambene nesifundiso enafundiswa sona nina, nahlukane nabo.—Roma 16:17. wZU 11/15/82 15, 16

23 Bheka, nanka amanzi; kwalani ukuba ngibhapathizwe na?—IzE. 8:36. wZU 4/1/82 8, 9a

24 UNkulunkulu wami uzakugcwalisa ukuswela konke kwenu njengokwengcebo yakhe ekukhazimuleni kuKristu Jesu.—Fil. 4:19. wZU 12/1/82 16, 17

25 Makube-kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu.—Kol. 1:2. wZU 5/1/83 3, 4a

26 Ningathandi izwe nezinto ezisezweni. Uma umuntu ethanda izwe, uthando lukaYise alukho kuye. Izwe liyadlula kanye nenkanuko yalo; kepha owenza intando kaNkulunkulu uhlala kuze kube-phakade.—1 Joh. 2:15, 17. wZU 1/15/83 13, 14a

27 Nibe-namandla.—1 Kor. 16:13. wZU 4/1/83 18, 19a

28 Kepha ubufebe, nakho konke ukungcola, noma isangabe, makungaphathwa nangegama phakathi kwenu.—Efe. 5:3. wZU 8/1/82 4, 5a

29 Bathandekayo, . . . ngakuthola kudingekile ukunibhalela ukuze nginiyale ukuba nilwe kanzima ngenxa yokholo.—Juda 3, “NW.” wZU 2/1/83 1, 2

30 Uthando malungabi-nakuzenzisa.—Roma 12:9. wZU 5/1/83 1-3b

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela