Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w84 1/1 k. 32
  • Isiza Umyeni Wakhe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isiza Umyeni Wakhe
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
w84 1/1 k. 32

Isiza Umyeni Wakhe

Ingabe unawo amalungu omkhaya wakho ongathanda ukuwasiza ngendlela engokomoya? Manje kukhona umthombo onamandla wosizo, njengoba kuboniswa izincwadi ezemukelwayo, njengalena elandelayo:

“Angibange ngisakwazi ukubamba injabulo yami ngencwadi entsha ethi “Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni.” Inkulu kakhulu kangangoba ngazizwa ngifanele ngibhale. Ngabhapathizwa ngoDecember 1981, futhi eqinisweni, ngayazisa lencwadi njengezongisiza ngokwami. Kodwa umyeni wami, owayesezame ukulalela ezinye izincwadi kodwa angatholi sithakazelo, uye walalela isahluko cishe busuku bonke futhi uyayithanda! Indlela yokubhala iyakhanga kakhulu, inikeza umqondo, ‘ithakazelisa’ kakhulu kangangoba kuyinjabulo yoqobo ukubona ukuthi yini ekhona esahlukweni esilandelayo! Ngibonga kakhulu futhi ngalencwadi enhle.”

Kakade, ngonyaka nje, iziboniselo ezingaphezu kwezigidi eziyi-12 zalencwadi entsha ziye zanyatheliswa ngezilimi ezingaphezu kwama-30. Thola isiboniselo sakho futhi uzoqonda ukuthi kungani ithandwa kangaka.

Ngicela ningithumelele, incwadi enoqwembe oluqinile, enamakhasi angama-256, ethi Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni. Ngifaka ama-R3.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela