Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w84 2/1 k. 9
  • Ukuqondisisa Izindaba

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukuqondisisa Izindaba
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Alukho Ushintsho
  • Ubungqingili—Ingabe Bubi Ngempela?
    I-Phaphama!—1995
  • Kungani I-AIDS Iye Yanda Kangaka?
    I-Phaphama!—1988
  • Kukhona Yini Okungenza Ubungqingili Buthetheleleke?
    I-Phaphama!—2012
  • Lithini IBhayibheli Ngobungqingili?
    I-Phaphama!—2016
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
w84 2/1 k. 9

Ukuqondisisa Izindaba

Alukho Ushintsho

“Uma uKristu ayebuya,” kubuza umhleli uSydney J. Harris, “ingabe kwakungeke kube khona ukubethelwa ngokwesibili ngokushesha?” Waqhubeka: “Futhi kulesikhathi, hhayi ngamaRoma noma amaJuda, kodwa yilabo abaziqhayisa ngokuthi bangamaKristu?”

Khona-ke waphawula ukuthi ngokungangabazeki uJesu ‘wayezosukelwa, ahlaselwe, ashaywe, axoshwe, ajivazwe, aliwe, ahlambalazwe, aklolodelwe futhi ahlekwe’ amaqembu amaningi akhona esintu. Wathi futhi: “Angazi ukuthi thina namuhla besingayibheka futhi siyiphathe kanjani lendoda nezimfundiso zayo ezingejwayelekile futhi ezesabekayo futhi ‘ezingenakwenzeka’ zokuziphatha kwabantu nobuhlobo bomphakathi. Ingabe besiyomkholelwa futhi simlandele, ngaphezu kwezixuku zabantu osukwini lwakhe ezamkholelwa futhi zamlandela?”

Imibuzo enjengalena isiza umuntu ukuba aqonde isizathu sokuba “ekwembulweni kweNkosi uJesu, evela ezulwini, nezingelosi zamandla akhe,” kumelwe ‘aphindisele kwabangamazi uNkulunkulu nakwabangalaleli ivangeli leNkosi yethu uJesu.’—2 Thesalonika 1:7-9.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela