Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w84 11/1 k. 32
  • ‘Bawusizile Umshado Wethu’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ‘Bawusizile Umshado Wethu’
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
w84 11/1 k. 32

‘Bawusizile Umshado Wethu’

Lawo kwakungamazwi kaGlenn, indoda yaseLouisiana. “Lapho ngiqala ukubonana noGlenn,” kubhala omunye woFakazi BakaJehova, “wayengaphansi kweloli lakhe, kodwa waphuma futhi wayilalelisisa intshumayelo yami. Ngaphandle kokunqikaza wenza isikhokhelo somagazini INqabayokulinda nePhaphama! Kwadlula amasonto amaningi singatholi muntu ekhaya. Ekugcineni sathola umkakhe, owathi: ‘Yebo, wangitshela ngesikhokhelo salabomagazini. Ngamangala ngoba wayengakaze enze isikhokhelo sanoma yini. Kodwa sebeqalile ukufika, futhi ngiyakutshela bahle! Sibafunda ebusuku ndawonye. Uma benqamuka, ngokuqinisekile siyobavuselela.’

“Sahlela ukuba sibuyele ngesikhathi indoda nomfazi besekhaya, futhi babesilindele ngesikhathi esasisimisile. Saqalisa isifundo seBhayibheli. uGlenn waphawula: ‘Ngokuqinisekile labomagazini bahle. Kakade sebesize umshado wethu. Uma ngifika ekhaya ngesikhathi sokudla kwasemini, ngibuza uBecky ukuthi usufikile yini omunye.’”

Nawe ngokufanayo ungalethelwa labomagazini ababili abasekelwe eBhayibhelini ekhaya lakho ngokugcwalisa nangokuthumela lelipheshana.

Ngicela ningithumelele isikhokhelo seNqabayokulinda nePhaphama!; ngifaka ama-R8,40.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela