Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w82 10/15 k. 32
  • “Ngithanda Indlela Ababhekana Ngayo Neqiniso”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Ngithanda Indlela Ababhekana Ngayo Neqiniso”
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
w82 10/15 k. 32

“Ngithanda Indlela Ababhekana Ngayo Neqiniso”

Yilokho umfundi wasePeru, eNingizimu Melika akubhala ngabakhiphi bakamagazini INqabayokulinda. Wabonisa ukwazisa ngendlela eqondile INqabayokulinda exoxa ngayo izinkinga zomkhaya, echaza:

“Ingokoqobo. Ngempela, nginomuzwa wokuthi zonke izinto (ezinye eziqondile, ezinye ezingaqondile) zichazwa lapha. Kuwukuthi nje kwakunzima ngami ukukholelwa ukuthi ngingafunda ngazo kuNqabayokulinda. Ngangisephutheni. Ngacabanga ukuthi oFakazi BakaJehova abanakubhala ngaleyondlela. Kodwa ngithanda indlela ababhekana ngayo neqiniso, besebenzisa amagama afanele. Konke kuyiqiniso! . . . Lapho ngifunda INqabayokulinda ngacabanga ngami, ‘Nokho, ekugcineni usumtholile othile othembeke ngokwanele ukuba akutshele ukuthi zinjani izinto, ongagwemi indaba.’”

Uma uluthanda usizo nesikhuthazo ekubhekaneni nezinkinga zokuphila namuhla, siqinisekile ukuthi, nawe, uyoyazisa INqabayokulinda. Ngo-R4,00, ungazitholela ezingu-24 zithunyelwe ekhaya lakho phakathi nonyaka ozayo. Ungazenzela isikhokhelo nganoma iluphi lwezilimi ezibhalwe ekhasini lesibili.

Ngicela ningithumelele Inqabayokulinda. Ngeziphuma kabili ngenyanga ngifaka u-R4,00; ngeziphuma kanye ngenyanga u-R2,25.

[Ibalazwe elisekhasini 32]

(Ukuze ubone ukuthi kumi kanjani, bheka encwadini)

ININGIZIMU MELIKA

IPERU

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela