Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w82 3/1 k. 8
  • Ukuqondisisa Izindaba

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukuqondisisa Izindaba
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
  • Izihlokwana
  • Masonto: ‘Ningashumayeli’
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
w82 3/1 k. 8

Ukuqondisisa Izindaba

Masonto: ‘Ningashumayeli’

● Ngemva komsebenzi weminyaka emibili, umKhandlu WamaSonto AmaNgisi (BCC) uye wakhipha uchungechunge lweziqondiso lolo ngokwe “The Guardian” yaseLandani ezixwayisa “ukungashumayeli lapho kukhulunywa nabantu bezinye izinkolo.” Iziqondiso, ezamukelwa yiwo wonke amahlelo amakhulu, zazithi: Uhlobo lokukhuluma noma lokubhala lolo ngokukhethekile ‘olungolokushumayela’ noma ‘olungokomoya’ lungase lubadukise abanye, ngakho-ke kumelwe lugwenywe.

Nokho, iBhayibheli ngokwalo liyeluleka ‘nibalaye ngomoya omnene abamelene nani.’ Kodwa alibalekeli ngokuqondile ukwenza lokho okuphuthumayo okwashiwo uKristu kubalandeli bakhe lapho ebayala ukuba ‘benze izizwe zonke abafundi . . . babafundise ukugcina zonke izinto abayale ngazo.’—2 Thim. 2:25; Math. 28:19, 20.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela