Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w82 6/1 k. 32
  • ‘Abalibalekeli Iqiniso’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ‘Abalibalekeli Iqiniso’
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
w82 6/1 k. 32

‘Abalibalekeli Iqiniso’

Encwadini eyayicela izikhokhelo ze“Nqabayokulinda” ne“Phaphama!”, umfundi waloba:

“Ngithanda ukunitshela ukuthi ngicabanga ukuthi omagazini benu bathakazelisa kakhulu futhi bawusizo kakhulu uma kufikwa ekutholeni izimiso zeBhayibheli. . . . NgingumKatolika futhi angicabangi ukuthi ngake ngezwa noma ngabona iBhayibheli nesigijimi salo senkazimulo kumenyezelwa ngendlela oFakazi abakwenza ngayo. Ngisho nakuba abantu benenzondo futhi nezikhathi zinzima, nginethemba lokuthi niyokwazi ukuqhubeka nomsebenzi wenu. Sengike ngahambela amasonto ahlukahlukene futhi kuyajabulisa ukwazi ukuthi ukhona othile ongalibalekeli iqiniso uma kufikwa eBhayibhelini nelikushoyo. Kuwushintsho oluqabulayo.”

Nawe futhi ungabathola labomagazini ababili abasekelwe eBhayibheli bathunyelwe emzini wakho ngokugcwalisa futhi uthumele ikhuphoni elingezansi.

Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka se“Nqabayokulinda” ne“Phaphama!”; ngithumela R5,60. Ngokuthumela lelikhuphoni ngilindele ukwamukela izincwajana eziyisithupha zamahhala.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela