Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • lfb kk. 202-203
  • Isethulo Sengxenye 13

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isethulo Sengxenye 13
  • Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Isethulo Sengxenye 11
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Isethulo Sengxenye 12
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Isethulo Sengxenye 3
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Uvuko LukaJesu​—⁠Lokho Olukushoyo Kithi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2014
Bheka Okunye
Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
lfb kk. 202-203
UJesu ugeza izinyawo zabaphostoli bakhe

Isethulo Sengxenye 13

UJesu weza emhlabeni ukuze anikele ngokuphila kwakhe ngenxa yabantu abanesono. Nakuba afa, walinqoba izwe. UJehova wathembeka eNdodaneni yakhe wayivusa ekufeni. UJesu wakhonza abanye ngokuthobeka futhi waxolela amaphutha abo, kwaze kwaba sekufeni kwakhe. Lapho esevusiwe, uJesu wabonakala kubafundi bakhe. Wabafundisa ukuthi bawenze kanjani umsebenzi obalulekile ayebanike wona. Uma ungumzali, siza ingane yakho ibone ukuthi nathi kubalulekile ukuba senze lo msebenzi namuhla.

IZIFUNDO EZIBALULEKILE

  • Ayikho inkinga engahlula uJehova

  • Zimisele ukusiza abanye njengoJesu

  • AmaKristu eqiniso abonakala ngendlela athandana ngayo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela