Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • lfb kk. 174-175
  • Isethulo Sengxenye 12

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isethulo Sengxenye 12
  • Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Phila Ngokuvumelana Nomthandazo Oyisibonelo—Ingxenye 1
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2015
  • Ngemithandazo Ezwiwa NguNkulunkulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2009
  • “Nkosi, Sifundise Ukuthandaza”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2004
  • Iqiniso NgoMbuso KaNkulunkulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2020
Bheka Okunye
Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
lfb kk. 174-175
UJesu ufundisa abantu abadala nezingane

Isethulo Sengxenye 12

UJesu wafundisa abantu ngoMbuso wamazulu. Wabafundisa nokuthi bathandazele ukuba igama likaNkulunkulu lingcweliswe, uMbuso wakhe uze nentando yakhe yenziwe emhlabeni. Uma ungumzali, chazela ingane yakho ukuthi lo mthandazo usho ukuthini kithi. UJesu akamvumelanga uSathane ukuba ephule ubuqotho bakhe. UJesu wakhetha abaphostoli bakhe ababa amalungu okuqala oMbuso futhi badlala indima ebalulekile kuwo. Qaphela indlela uJesu ayeyishisekela ngayo inkolo yeqiniso. UJesu wayefuna ukusiza abanye, ngakho welapha abagulayo, wondla abalambile futhi wavusa abafile. Ngokwenza zonke lezi zimangaliso wabonisa lokho uMbuso ozokwenzela abantu.

IZIFUNDO EZIBALULEKILE

  • UJesu wanika abalandeli bakhe umsebenzi wokushumayela ngoMbuso nokwenza abafundi

  • Thandazela izinto eziphathelene noJehova kuqala ngaphambi kokuba uzithandazele wena

  • Xolela ngokusuka enhliziyweni futhi uphathe abanye ngendlela nawe ongathanda bakuphathe ngayo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela