Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • lfb kk. 58-59
  • Isethulo Sengxenye 5

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isethulo Sengxenye 5
  • Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukuzuza ‘Emabeleni Ezulu’
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1999
  • Isethulo Sengxenye 11
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Isethulo Sengxenye 4
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Isifungo Esenziwa KuJehova
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
Bheka Okunye
Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
lfb kk. 58-59
Ama-Israyeli acosha imana

Isethulo Sengxenye 5

Ngemva kwezinyanga ezimbili ewele uLwandle Olubomvu, ama-Israyeli afika eNtabeni iSinayi. Lapho, uJehova wenza isivumelwano nama-Israyeli sokuthi ayezoba isizwe sakhe esikhethekile. Wawavikela, wawanikeza konke ayekudinga—wawanika imana ayezoyidla nendawo ephephile yokuhlala futhi izingubo zawo azizange ziguge. Uma ungumzali, siza ingane yakho iqonde ukuthi kungani uJehova anika ama-Israyeli uMthetho, itabernakele nobupristi. Gcizelela ukuthi kubaluleke kangakanani ukwenza esikuthembisile, ukuhlala sithobekile nokuhlala siqotho kuJehova.

IZIFUNDO EZIBALULEKILE

  • Lapho wenza isifungo kuJehova, qikelela ukuthi uyasigcina

  • Ukuqhosha, umona nokuvukela kuholela enhlekeleleni

  • UJehova wawabekezelela ama-Israyeli, wawanakekela nakuba wona ayengathembekile kuye

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela