Uhlu Lokuphakathi
OFakazi BakaJehova
ABANTU
Izifundo 1-4
OFakazi BakaJehova batholakala emazweni angaphezu kuka-230 futhi bavela kuzo zonke izinhlanga namasiko. Yini ehlanganise leli qembu labantu abahlukahlukene? Bangabantu abanjani oFakazi BakaJehova?
IMISEBENZI YETHU
Izifundo 5-14
Umsebenzi wethu wokushumayela waziwa kakhulu. Siphinde sihlangane emaHholo ethu OMbuso ukuze sifunde iBhayibheli futhi sikhulekele. Injani le mihlangano futhi ubani ongaya kuyo?
INHLANGANO YETHU
Izifundo 15-28
Lena inhlangano yenkolo yomhlaba wonke, engenzi nzuzo, enabantu abakhonza uNkulunkulu ngokuzithandela. Le nhlangano ihlelwe kanjani, iqondiswa kanjani futhi isekelwa kanjani ngezimali? Ingabe yenza intando kaJehova ngempela?