Uhlu Lwezihloko Ze-Phaphama! Ka-2016
“Ngiyabonga ngokusilungiselea omagazini abafika ngesikhathi kangaka“.”—U-Amy
U-Amy, ongumama, uye wathola izixazululo ezisebenzisekayo ekuphileni kwansuku zonke kuyi-Phaphama! Njengaye, abafundi ababalelwa ezigidini baye bazuza ngokufunda lo magazini ophuma kanye ngezinyanga ezimbili. Vakashela ingosi ethi www.jw.org/zu ukuze ubukeze izihloko zango-2016 ezisohlwini olungezansi.
ABANTU BASENDULO
AMAZWE NABANTU
EZEMPILO NEZOKWELAPHA
INGXUBEVANGE
Indlela Obheka Ngayo Izinto Iyawenza Umehluko: No. 1
Indlela Yokubhekana Noshintsho: No. 4
Indlela Yokulawula Izejwayezi Zakho: No. 4
INKOLO
IBhayibheli Limane Nje Liyincwadi Enhle? No. 2
Okushiwo IBhayibheli Ngobungqingili: No. 4
UJesu Waba Khona Ngempela? No. 5
ISAYENSI
Ikhono Lembambela Lokuzishintsha Umbala: No. 1
Intamo Yentuthwane: No. 3
Isakhi Esimangalisayo (ikhabhoni): No. 5
Izinsephe Zembaza Yasolwandle: No. 6
Ukuphila Kwezihlonono Ezivela Ngankathi: No. 4
IZILWANE NEZITSHALO
IZINGXOXO
Isazi Sesayensi Yemibungu Sichaza Ngokholo Lwaso (uY. Hsuuw): No. 2
OFAKAZI BAKAJEHOVA
“Kuyindlela Entsha!” (jw.org/zu): No. 5
Ukunqoba Inselele Yokungafani Kwezilimi: No. 3
Yini Oyaziyo NgoFakazi BakaJehova? No. 1
UBUHLOBO PHAKATHI KWABANTU
Indlela Yokubonisa Inhlonipho (umshado): No. 6
Indlela Yokuxoxisana Ngezinkinga (umndeni): No. 3
Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso: No. 1
Ukufundisa Ingane Yakho Ngocansi: No. 5
Ukusiza Ingane Yakho Ibhekane Nesikhathi Sokuthomba: No. 2
UMBONO WEBHAYIBHELI