Uhlu Lokuphakathi
December 2010
Iqiniso NgoKhisimusi
Funda ukuthi ukwazi umsuka wamasiko kaKhisimusi kukuthuthukise kanjani ukuphila kwemikhaya.
3 Umoya KaKhisimusi Uyanda—Kungani?
12 UNkulunkulu Ungiduduze Kukho Konke Ukuvivinywa
20 Kusenokuzamazama Okukhulu Okuningi Okulindelekile
30 Uhlu Lwezikhombo Ze-Phaphama! Ka-2010
32 Wafunda Kanye Nezingane Zakhe
Kungani UNkulunkulu Engambhubhisi UDeveli? 10
IBhayibheli lisiqinisekisa ngokuthi uNkulunkulu uzombhubhisa uSathane ngesikhathi esifanele. Funda ukuthi kungani engakambhubhisi.
Ukuzamazama Komhlaba EHaiti—Ukubonakaliswa Kokholo Nothando 14
Ukuzamazama komhlaba eHaiti ngo-January 2010 kwacekela phansi izakhiwo, kwabulala namakhulu ezinkulungwane zabantu. Funda ukuthi izisebenzi zokuzithandela ezizidelayo zabasiza kanjani abantu, zasindisa ukuphila kwabanye futhi zabanika nethemba.