Ubungaphendula Kanjani?
KWENZEKA KUPHI?
1. Lesi simangaliso senzeka eduze namuphi umuzi?
(Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.)
INazaretha
IZafoni
I-Adamu
IJeriko
◆ Yimaphi “amazulu” u-Eliya anyukela kuwo?
․․․․․
◆ Kungani u-Elisha acela izingxenye ezimbili zomoya ka-Eliya?
․․․․․
◼ Eningaxoxa Ngakho: Isicelo sika-Elisha sikufundisani?
KWENZEKA NINI?
Dweba umugqa osuka esithombeni uye onyakeni oqondile.
29 C.E. 30 31 32 33 36
2. Luka 3:1, 2
3. Johane 5:1-9
NGINGUBANI?
5. Umyeni wami wakhipha umyalo wokuba ngibulawe, kodwa iseluleko sikamzala sasindisa ukuphila kwami.
NGINGUBANI?
6. Ngaya ethempelini ngingakawuhlanganisi ngisho nonyaka futhi ngahlala lapho kwaze kwaphela iminyaka eyisithupha.
IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
Ikhasi 5 Ungamenza yini omunye umuntu ukuba akuthande? (IsiHlabelelo SeziHlabelelo 8:____)
Ikhasi 6 Luhilelani uthando lwangempela? (Kolose 3:____)
Ikhasi 13 Kwashiwo nini ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu ngendlela ekhethekile nenamandla? (Roma 1:____)
Ikhasi 27 Yimuphi umonakalo obangelwa ukuhluleka ukulawula inkanuko? (Roma 1:____)
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
(Izimpendulo zisekhasini 20)
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. Eduze naseJeriko.—2 AmaKhosi 2:4-11.
◆ Umkhathi ozungeze umhlaba wethu.—INqabayokulinda, 8/1/05 k. 9.
◆ Ubufakazi bubonisa ukuthi wayecela izingxenye ezimbili njengalezo ezazinikezwa indodana eyizibulo.—INqabayokulinda, 11/1/03 k. 31.
2. 29 C.E.—Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila,a isahl. 11.
3. 31 C.E.—Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila, isahl. 29.
4. 30 C.E.—Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila, isahl. 17.
5. U-Esteri—Esteri 2:7, 17; 3:12, 13; 4:12-17; 8:3-8.
6. UJehowashi—2 IziKronike 22:11, 12; 23:20–24:1.
[Umbhalo waphansi]
a Inyatheliswa oFakazi BakaJehova.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 31]
Top circle: Courtesy of London Ambulance Service NHS Trust; third circle from top: Courtesy of Tourism Queensland