Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g05 10/8 k. 32
  • Induduzo Kwabalusizi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Induduzo Kwabalusizi
  • I-Phaphama!—2005
I-Phaphama!—2005
g05 10/8 k. 32

Induduzo Kwabalusizi

◼ Incwajana enamakhasi angu-32 enombala ethi Lapho Ufelwa Othandekayo inikeza induduzo kulabo abalusizi. Ingabasiza abalusizi ukuba baqonde futhi bakwazi ukubhekana nemizwa ebangelwa ukufa kothandekayo. Inengxenye eveza ukuthi abanye bangabasiza kanjani labo abalusizi.

Le ncwajana iphendula imibuzo enjengethi: Ngingabhekana kanjani nosizi engikulo? Likhona yini ithemba ngabafileyo? Inikeza incazelo yeBhayibheli yokufa kanye nesimo sabafileyo. Okubaluleke nakakhulu, ikhuluma nangesithembiso uNkulunkulu asenza ngoJesu Kristu sovuko emhlabeni ohlanziwe oyipharadesi.

Mhlawumbe wena noma othile omaziyo angathola induduzo ngokufunda le ncwajana. Sikumema ukuba uzitholele ikhophi yakho.

Ukuze uthole ikhophi, mane ugcwalise lesi sigqebhezana bese usithumela ekhelini eliboniswe kuso noma ekhelini elifanele kwasekhasini 5 lalo magazini.

□ Angizibophi, kodwa ngicela ningilethele ikhophi yencwajana ethi Lapho Ufelwa Othandekayo.

Bonisa ulimi.

□ Ngicela ningithinte ma-yelana nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela