Ingabe Ucabanga Ukuthi UJesu UnguNkulunkulu?
Ucabangani ngalo mbuzo? Ingabe uyakholelwa ukuthi uNkulunkulu unguZiqu-zintathu—abantu abathathu koyedwa? Uyazi yini ukuthi igama elithi “ziqu-zintathu” aliveli eBhayibhelini nokuthi alisho lutho ngale mfundiso?
Uma ufisa ukuthola ukwaziswa okwengeziwe, uyokujabulela ukufunda incwajana enamakhasi angu-32 ethi Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu? Ungathola ikhophi ngokugcwalisa lesi sigqebhezana bese usithumela ekhelini eliboniswe kuso noma ekhelini elifanele kwasekhasini 5 lalo magazini.
□ Angizibophi, kodwa ngicela ningilethele incwajana ethi Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?
Bonisa ulimi.
□ Ngicela ningithinte mayelana nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala.