Ikhasi Lesibili
May 8, 2002
Ingabe Ukuthula Komhlaba Kumane Kuyiphupho Nje?
Phakathi nalo nyaka odlule, ukuthula kwamazwe nokwabantu kuye kwasongelwa kakhulu kunanini ngaphambili. Kungaba khona yini ukuthula komhlaba? Uma kunjalo, kanjani?
Ungakuthola Ukudla Okunomsoco 10
Impilo ihlobene eduze nokudla esikudlayo. Ungasithuthukisa kanjani isimo sempilo yakho ngokudla kangcono?