Ikhasi Lesibili
Ingabe—Inkolo Isabalulekile? 3-11
Kubonakala sengathi iNtshonalanga Yurophu iphelelwa ukholo lwayo “lobuKristu.” Kungani kunalokhu kungabi nasithakazelo? Ingabe lokhu kuyisandulela sokuncipha okufanayo kwamanye amazwekazi?
Indlela Yokuthenga Imoto Eyisekeni 16
Nansi indlela yokubona ukuthi kufanele yini uyithenge imoto eyisekeni.
Ingabe AmaKristu Eqiniso Angalindela Isivikelo Saphezulu? 26
Kungani abanye befa lapho benza intando kaNkulunkulu, kuyilapho abanye abasezimweni eziyingozi bephila?