Ikhasi Lesibili
Izibikezelo Zamanga Noma Isiprofetho Seqiniso—Ungawubona Kanjani Umehluko? 3-13
Kungani kuye kwaba nezibikezelo zamanga eziningi kangaka ngokuphela kwezwe? Ingabe sikhona isisekelo esinengqondo sokukholelwa iziprofetho zeBhayibheli eziphathelene nalokhu?
Kusho Ukuthini Ukuba Ogugile? 14
Yini engasiza abagugile ukuba bajabule futhi baneliseke? Bafuna ukuphathwa kanjani?
Uke Wayibona I-thylacine? 26
I-thylacine yokugcina eyaziwayo yafa ngo-1936 e-zoo. Nokho, kusaqhutshekwa kubikwa ukuthi ike yabonakala. Kungenzeka yini ukuthi akhona asinda?
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Tom McHugh/Photo Researchers