Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g92 5/22 k. 2
  • Ikhasi Lesibili

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ikhasi Lesibili
  • I-Phaphama!—1992
  • Izihlokwana
  • Usizo Ngemilutha Yotshwala Nemikhaya Yayo 3-12
  • Ingabe Ukudoba Ngamanetha Akhukhulayo Kuyaphela? 14
  • Kungani Umthetho Wewashi Engiwubekelwe Uqine Kangaka? 21
I-Phaphama!—1992
g92 5/22 k. 2

Ikhasi Lesibili

Usizo Ngemilutha Yotshwala Nemikhaya Yayo 3-12

Umlutha wotshwala udinga usizo. Umngane womshado angase akhungatheke ngokomzwelo nangokomzimba ngenxa yezinkinga zalona ophuzayo. Udinga usizo. Izingane ziyizisulu ezingenacala. Zidinga usizo. Ezinye zingase zixhashazwe ngokobulili; ezinye zingase zihlaselwe ngokomzimba; eziningi azinakwa ngokomzwelo. Zingase zisinde ekucindezelekeni kwengqondo nemizwelo kodwa zikhule namanxeba zize zibe abantu abadala. Ingabe zingasizwa?

Ingabe Ukudoba Ngamanetha Akhukhulayo Kuyaphela? 14

Njengoba ebizwa ngokuthi amakhethini okufa, lamanetha alenga ngokujule ngamamitha angu-11 bese edonsela emuva ngamakhilomitha angu-50, angabambi nje isquid efunwayo kodwa futhi nezinhlanzi, izinyoni zasolwandle, izilwane ezincelisayo zasemanzini, kanye nezimfudu zasolwandle okungafunwa.

Kungani Umthetho Wewashi Engiwubekelwe Uqine Kangaka? 21

Abazali bakho bakulindela ukuba ufike ekhaya ngesikhathi esifanele. Uma ubazisa ukuthi uyaphi, uzobe unobani, nokuthi uzobuya nini, cishe bayokunikeza inkululeko eyengeziwe.

[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]

Photo: Steve Ignell, ABL

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela