Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g90 9/8 k. 21
  • Iluphi Ulimi Olukhulunywa Kakhulu?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Iluphi Ulimi Olukhulunywa Kakhulu?
  • I-Phaphama!—1990
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izilimi—Ziwumzila Nomgoqo Wokuxhumana
    I-Phaphama!—2000
  • Ukuthuthukisa Insimu Yabakhuluma Izilimi Zakwamanye Amazwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ingabe Ulukhuluma Kahle ‘Ulimi Oluhlanzekile’?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2008
  • Ingabe Ufuna Ukufunda Olunye Ulimi?
    I-Phaphama!—2000
Bheka Okunye
I-Phaphama!—1990
g90 9/8 k. 21

Iluphi Ulimi Olukhulunywa Kakhulu?

Uma kungukuthi ucabanga ngolimi oludume kakhulu lwezizwe zonke, ngokunokwenzeka uzophendula lowombuzo ngokuthi “isiNgisi.” Nokho, ngokweWorld Almanac and Book of Facts ka-1990, isiMandarin saseShayina, esikhulunywa abantu abayizigidi ezingu-844, yilona limi olusetshenziswa kakhulu umkhaya wesintu. Lokhu kuqhathaniseka nezigidi ezingu-437, ezisakazeke emhlabeni wonke, ezikhuluma isiNgisi. Iluphi ulimi ocabanga ukuthi lungaba olwesithathu ohlwini lomhlaba? IsiFulentshi noma isiPanishi? Cha. IsiHindi, esikhulunywa abantu abayizigidi ezingu-338, ikakhulu eNdiya. IsiHindi nesiUrdu, ezikhulunywa izigidi ezingu-90, ikakhulu ePakistan, “ngokuyinhloko ziwulumi olufanayo, isiHindustani,” ngokusho kwayo lencwadi.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela