Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g90 4/8 k. 32
  • “Baye Bathinta Indlela Yami Yokuphila”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Baye Bathinta Indlela Yami Yokuphila”
  • I-Phaphama!—1990
I-Phaphama!—1990
g90 4/8 k. 32

“Baye Bathinta Indlela Yami Yokuphila”

Yilokhu okwashiwo indoda yaseNtshonalanga Afrika ngeNqabayokulinda nePhaphama!: “Ngingasho ngokuqinisekile ukuthi labomagazini baye bayizuza inhliziyo yami ngoKristu. Banikeza ukwaziswa umuntu akudingayo ukuze azi ngoKristu nensindiso. Lapho umngane wami engibonisa labomagazini okokuqala, ngacabanga ukuthi babezoba abadinayo. Ngendlela engavamile, lapho ngibafunda ngokwengeziwe, yilapho ngangibajabulela ngokwengeziwe. Baye bathinta indlela yami yokuphila. Ngibathola bethakazelisa futhi befundisa kakhulu.

Lendoda yaphetha: “Sizani ningithumelele amakhophi alabomagazini abaphambili inyanga nenyanga.” Nawe futhi ungathunyelelwa INqabayokulinda nePhaphama! ekhaya lakho. Thumela u-R24 kuphela, futhi uyothola bobabili labomagazini (amakhophi amane ngenyanga) unyaka owodwa.

Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama! ngifaka u-R24.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela