Ingabe Bakuphuthele?
Kungani Kunabaningi Kangaka Abeqayo?
Amakhosikazi Ashaywayo
Ukubuka Ngale Kweminyango Evaliwe
IAIDS Umbulali Wembulunga Yonke Ungazivikela Kanjani?
Ingabe Bonke Abantu Abalungile Baya Ezulwini? lBhayibheli Lithini Ngedivosi?
Lapho Izingane Ziba Nabantwana
Kungani Kufanele Sibonge?
Yimaphi Amasiko Athokozisa uNkulunkulu?
Lezi izihloko ezimbalwa nje ezahlanganiswa komagazini beNqabayokuli-nda nePhaphama! kulonyaka odlule, futhi zimelela uhlobo lwezihloko ezihlelelwe wena kulonyaka.
UNGAPHUTHELWA IZINYANGA IZIYI-12 EZILANDELAYO.
Lena ingxenye yomsebenzi wokufundisa ngeBhayibheli owenziwa emhlabeni wonke osekelwa ngeminikelo yokuzithandela.
Ngicela ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama!
(Ngaphandle kwaseR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower elisendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa.)