IZENZO ZABAPHOSTOLI
UHLU LOKUPHAKATHI
1
Incwadi eya kuTheyofilu (1-5)
Ofakazi nasezingxenyeni ezikude kakhulu zomhlaba (6-8)
UJesu unyukela ezulwini (9-11)
Abafundi bahlangana ngobunye (12-14)
Kukhethwa uMathiya ukuba angene esikhundleni sikaJuda (15-26)
2
Kuthululwa umoya ongcwele ngePhentekoste (1-13)
Inkulumo kaPetru (14-36)
Izixuku ziyasabela enkulumweni kaPetru (37-41)
Ukuhlangana ndawonye kwamaKristu (42-47)
3
4
UPetru noJohane bayaboshwa (1-4)
Kuqulwa icala phambi kweSanhedrini (5-22)
Bathandazela ukuba nesibindi (23-31)
Abafundi babelana izinto (32-37)
5
U-Ananiya noSafira (1-11)
Abaphostoli benza izibonakaliso eziningi (12-16)
Bababopha base bebadedela (17-21a)
Balethwa phambi kweSanhedrini futhi (21b-32)
Iseluleko sikaGamaliyeli (33-40)
Ukushumayela endlini ngendlu (41, 42)
6
7
8
USawulu umshushisi (1-3)
Inkonzo kaFiliphu ethelayo eSamariya (4-13)
UPetru noJohane bathunyelwa eSamariya (14-17)
USimoni uzama ukuthenga umoya ongcwele (18-25)
Umthenwa ongumTopiya (26-40)
9
USawulu uya eDamaseku (1-9)
U-Ananiya uthunywa ukuba ayosiza uSawulu (10-19a)
USawulu ushumayela ngoJesu eDamaseku (19b-25)
USawulu uvakashela eJerusalema (26-31)
UPetru uphulukisa u-Eneya (32-35)
UDorka ophanayo uyavuswa (36-43)
10
Umbono kaKorneliyu (1-8)
Umbono kaPetru wezilwane ezihlanziwe (9-16)
UPetru uvakashela uKorneliyu (17-33)
UPetru umemezela izindaba ezinhle kwabeZizwe (34-43)
Abantu bezizwe bamukela umoya ongcwele futhi bayabhapathizwa (44-48)
11
UPetru ubikela abaphostoli (1-18)
UBarnaba noSawulu base-Antiyokiya yaseSiriya (19-26)
U-Agabu ubikezela indlala (27-30)
12
UJakobe uyabulawa; uPetru uyaboshwa (1-5)
UPetru ukhululwa ngokuyisimangaliso (6-19)
UHerode ushaywa ingelosi (20-25)
13
UBarnaba noSawulu bathunywa ukuyokwenza umsebenzi wokuba izithunywa zevangeli (1-3)
Inkonzo eKhupro (4-12)
Inkulumo kaPawulu e-Antiyokiya yasePhisidiya (13-41)
Umyalo oyisiprofetho wokuba kuphendukelwe ezizweni (42-52)
14
Ukwanda nokuphikiswa e-Ikoniyu (1-7)
Kucatshangwa ukuthi bangonkulunkulu eListra (8-18)
UPawulu ushaywa ngamatshe kodwa akafi (19, 20)
Kuqiniswa amabandla (21-23)
Babuyela e-Antiyokiya yaseSiriya (24-28)
15
Kuphikiswana ngendaba yokusoka e-Antiyokiya (1, 2)
Le ndaba iyiswa eJerusalema (3-5)
Amadoda amadala nabaphostoli bayahlangana (6-21)
Incwadi evela endikimbeni ebusayo (22-29)
Amabandla akhuthazwa yincwadi (30-35)
UPawulu noBarnaba bayahlukana (36-41)
16
UPawulu ukhetha uThimothewu (1-5)
Umbono wendoda yaseMakedoniya (6-10)
Ukuphenduka kukaLidiya eFilipi (11-15)
UPawulu noSila bayaboshwa (16-24)
Unogada wasejele nomndeni wakhe bayabhapathizwa (25-34)
UPawulu uthi mabaxolise obala (35-40)
17
UPawulu noSila eThesalonika (1-9)
UPawulu noSila eBhereya (10-15)
UPawulu e-Athene (16-22a)
Inkulumo kaPawulu e-Areyophagu (22b-34)
18
Inkonzo kaPawulu eKorinte (1-17)
Ubuyela e-Antiyokiya yaseSiriya (18-22)
UPawulu uya eGalathiya naseFrigiya (23)
U-Apholo oqephuzayo uthola usizo (24-28)
19
UPawulu e-Efesu; abanye baphinde bayabhapathizwa (1-7)
Ukufundisa kukaPawulu (8-10)
Bayaphumelela yize kunabantu abasebenzisa amademoni (11-20)
Isiyaluyalu e-Efesu (21-41)
20
UPawulu eMakedoniya naseGrisi (1-6)
Kuvuswa u-Evitiku eTrowa (7-12)
Kusukwa eTrowa kuyiwa eMilethu (13-16)
UPawulu uhlangana namadoda amadala ase-Efesu (17-38)
21
Kuyiwa eJerusalema (1-14)
Kufikwa eJerusalema (15-19)
UPawulu ulandela iseluleko samadoda amadala (20-26)
Kusuka isiyaluyalu ethempelini; uPawulu uyaboshwa (27-36)
UPawulu uyavunyelwa ukuba akhulume nesixuku (37-40)
22
UPawulu uyaziphendulela phambi kwesixuku (1-21)
UPawulu usebenzisa ilungelo lakhe lokuba isakhamuzi saseRoma (22-29)
ISanhedrini iyahlangana (30)
23
UPawulu ukhuluma phambi kweSanhedrini (1-10)
INkosi iqinisa uPawulu (11)
Uzungu lokubulala uPawulu (12-22)
UPawulu uyiswa eKhesariya (23-35)
24
UPawulu uyamangalelwa (1-9)
UPawulu uziphendulela phambi kukaFeliksi (10-21)
Icala likaPawulu limiswa iminyaka emibili (22-27)
25
Kuqulwa icala likaPawulu phambi kukaFestu (1-12)
UFestu uxoxa neNkosi u-Agripha (13-22)
UPawulu uphambi kuka-Agripha (23-27)
26
UPawulu uzivikela phambi kuka-Agripha (1-11)
UPawulu uchaza ngokuphenduka kwakhe (12-23)
Impendulo kaFestu neka-Agripha (24-32)
27
UPawulu uhamba ngomkhumbi uya eRoma (1-12)
Umkhumbi uhlaselwa isiphepho (13-38)
Ukuphukelwa umkhumbi (39-44)
28
Ogwini lwaseMelitha (1-6)
Ubaba kaPhubhiliyu uyaphulukiswa (7-10)
Sekuyiwa eRoma (11-16)
UPawulu ukhuluma namaJuda eRoma (17-29)
UPawulu ushumayela ngesibindi iminyaka emibili (30, 31)