Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • nwt kk. 26-27
  • Umbuzo 15: Ungayithola kanjani injabulo?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Umbuzo 15: Ungayithola kanjani injabulo?
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Umbuzo 15: Ungayithola kanjani injabulo?

UMBUZO 15

Ungayithola kanjani injabulo?

Intombazane iyajabula lapho inikeza uyise isithombe emdwebele sona

“Singcono isidlo semifino lapho kukhona khona uthando kunenkunzi ekhuluphele ehambisana nenzondo.”

IzAga 15:17

“Mina, Jehova, nginguNkulunkulu wakho, Lowo okufundisayo ukuze uzuze, Lowo okuqondisa endleleni okufanele uhambe ngayo.”

Isaya 48:17

“Bayajabula abaqaphelayo ukuthi bayamdinga uNkulunkulu, ngoba uMbuso wamazulu ungowabo.”

Mathewu 5:3

“Kumele uthande umakhelwane wakho njengoba uzithanda wena.”

Mathewu 22:39

“Leyo ndlela enifuna abantu benze ngayo kini, yenzani kanjalo nani kubo.”

Luka 6:31

“Abajabulayo yilabo abezwa izwi likaNkulunkulu baligcine!”

Luka 11:28

“Nalapho umuntu enokuningi, ukuphila kwakhe akuveli ezintweni anazo.”

Luka 12:15

“Ngakho, uma sinokudla nezingubo zokugqoka, siyokwaneliswa yilezi zinto.”

1 Thimothewu 6:8

“Kukhona injabulo eyengeziwe ekupheni kunasekwamukeleni.”

IzEnzo 20:35

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela