Umbhalo Waphansi
e Akulindelekile ukuba ingane ibe khona lapho abadala bekhuluma nalowo osolwa ngokuyinukubeza. Umzali noma omunye umuntu othenjwayo angase akhulume nabadala abatshele okwenzekile ngaphandle kokuba ingane ibekwe esimweni esingayenza izwe ubuhlungu obengeziwe.