Umbhalo Waphansi
c INCAZELO YAMAGAMA: Kulesi sihloko nakwesilandelayo, igama elithi “isisulu” libhekisela kumuntu owake wanukubezwa eseyingane. Sisebenzisa leli gama ukuze sikwenze kucace ukuthi ingane iye yalinyazwa, yaxhashazwa futhi ayinakubekwa cala.