Umbhalo Waphansi
a Lesi sihloko nezimbili ezilandelayo ziyingxenye yezihloko ezine ezikhuluma ngokuthi kungani singaqiniseka ngokuthi uJehova unguNkulunkulu onothando nonobulungisa. Ufuna abantu bakhe baphathwe ngobulungisa futhi uyabaduduza labo abangaphathwa ngendlela efanele kuleli zwe elibi.