Umbhalo Waphansi
b Ungenzenjani uma ukhumbula amagama ayisihluthulelo omBhalo, kodwa ungakhumbuli ukuthi akuyiphi incwadi, isahluko noma ivesi? Cishe uyowuthola lowo mBhalo ngokubheka lawo magama ohlwini lwezikhombo olungasekugcineni eBhayibhelini, kuyi-Watchtower Library, noma kuyikhonkodensi ye-Nguqulo Yezwe Elisha yesiNgisi.