Umbhalo Waphansi
b ULameka wetha indodana yakhe ngokuthi uNowa—okungenzeka kusho “Ukuphumula; Induduzo”—futhi waprofetha ukuthi uNowa wayeyolandela igama lakhe ngokuholela isintu ekuphumuleni ekukhandlweni umhlabathi oqalekisiwe. (Genesise 5:28, 29) ULameka akazange aphile isikhathi eside aze abone ukugcwaliseka kwalesi siprofetho.