Umbhalo Waphansi a Umongo ubonisa ukuthi ngokuyinhloko uJakobe wayekhuluma ngamadoda amadala, noma “abafundisi,” ebandleni. (Jak. 3:1) Impela, la madoda kufanele abe izibonelo ekuboniseni ukuhlakanipha kukaNkulunkulu, kodwa sonke singafunda eselulekweni sakhe.