Umbhalo Waphansi
c Lezo ziqondiso ezingu-8 zithi: (1) Ungethuki; (2) cabanga kahle; (3) vulela ingqondo yakho ezinhlotsheni ezintsha zomsebenzi; (4) phila ngokwemali onayo wena—hhayi omunye; (5) qaphela isikweleti; (6) gcina umkhaya unobunye; (7) londoloza ukuzethemba kwakho; (8) yenza uhlelo lokusetshenziswa kwemali.