Umbhalo Waphansi
a UProfesa Frank H. Gorman uyabhala: “Ukuthululwa kwegazi kuqondakala kangcono kakhulu njengesenzo sokuhlonipha esibonisa inhlonipho ngokuphila kwesilwane, futhi kanjalo, nenhlonipho ngoNkulunkulu, owadala lokho kuphila futhi oqhubekayo ekunakekela.”