Umbhalo Waphansi
d Ngokwesibonelo, uFinehasi wathatha isinyathelo esisheshayo sokunqanda isifo esabulala amashumi ezinkulungwane zama-Israyeli, kanti noDavide wakhuthaza amadoda ayenaye ayelambile ukuba adle kanye naye izinkwa zokubukwa “endlini kaNkulunkulu.” Kulezi zenzo, asikho uNkulunkulu asilahla ngokuthi siwukugabadela.—Mathewu 12:2-4; Numeri 25:7-9; 1 Samuweli 21:1-6.