Umbhalo Waphansi
c UPawulu wayengabaza ukusinda ‘komsebenzi’ womakhi, hhayi komakhi. I-New English Bible ihumusha leli vesi ngokuthi: “Uma isakhiwo somuntu sima, uyovuzwa; uma sisha, kuyodingeka abhekane nokulahlekelwa; nokho yena uyosinda, ngendlela umuntu angase asinde ngayo emlilweni.”